Khetha ulimi kwikhomphuta yakho
   
Ekhaya
Amapheji engiwatholile
Xhumana
Google ngesiZulu
» Khetha ulimi
Ngingubani?

Isizathu
Akhona amakhasi asebenzisa izilimi eziningi. Amanye awo ayakukhethela ulimi ngesikhathi evula. Ukukukhethela adinga ukwazi ulimi oluthandayo. Kulula ukukhetha ulimi lwakho lokuqala nelesibili. Uma ulimi oluthandayo alukho kuvulwa ulimi olulandelayo.

Isizathu sesibili, amakhasi amaningi ayagcina izinto njengolimi owusebenzisayo. Noma amakhasi asebenzisa isiZulu asemancane uma sikhetha isiZulu kuzokhombisa ukuthi baningi abathanda ukusebenzisa isiZulu kwiWeb.

Kanjani?
Vula iInternet Explorer, iya kuTools, Internet Options, noma kwiControl Panel, Internet Options. Lakukhethwa izinto eziGeneral vula amaLanguages.

Lokhu kuzovula ifasithela Language Preference. Ukufaka isiZulu iya kuAdd. Uma ufuna isiZulu ukuthi sivule kuqala udinga ukusifaka kuqala, ukwenza lokhu khetha ulimi ucindezela inkinobho ethi Move Up.


Amapheji ami
Fredlund Photos
Biology

©2003 Benjamin Fredlund 25/08/03