
Buyela ekhaya

Amapheji engiwatholile

Ngingubani?

Xhumana

|
Uma ufisa ukubuza lamakhampani nalezinhlangano ukuthi kungani ukuthi abasebenzisi isiZulu eInternet kulula ukuwabhalela nge-email. Ungabhala ngesiZulu uma ufisa, ukubona ukuthi bazophendula na.
Uma awuthandi ukubhala ama-email ungaya emaphejini abo ubhale ezincwadini zezivakashi noma la befuna ama-comments.
Igama |
Ikheli le-email |
Imicabango yami |
Ezamapolotiki |
|
|
IFP |
lucasnic@iafrica.com |
Leli liyinhlangano yabantu abavela khona lapha KwaZulu, linamapheji eInternet, kodwa angesiNgisi! |
ANC |
info@anc.org.za |
Iningi labavothela iANC abantu abansundu, abakhuluma isiXhosa noma isiZulu, kepha ipheji labo lingesiNgisi |
NP |
info@natweb.co.za |
Yebo, iningi labavothela lenhlangano abelungu, kodwa bafisa ukusitshela ukuthi bayinhlangano yabantu bonke baseSouth Africa. |
ACDP |
acdpwebmaster@mweb.co.za |
|
Amabisnisi |
|
|
Eskom |
hanlie.smit@eskom.co.za |
|
Ukhozi FM |
Ukhozi FM P. O. Box 1588 Durban 4000 |
Ukhozi FM ulalelwa ngabantu abawu 4,600,000. Uyistashini enkulu kunazozonke ezisemhlabeni ningizimu! Kodwa abanalo ipheji lesiZulu. Angikakatholi ikheli le-email labo |
Angikabheki kahle-hle iInternet ukucinga lamapheji. Kodwa uma wena ucabanga uthi ibisnisi ethile ifanele ukuba namapheji ngesiZulu, kodwa ayinawo ngicela ukuthi ungithumele igama lalo.
|